assissan louis suk'endlelen' şarkı sözleri

Suk'endlelen' Mfana ngyaktshela Uzoz'bona leyntwana zovela Casanova, is'dwadlo  zisphethe Istoko, abantwana baz'shaya ngempela Suk'endlelen' Mfana khuzeka Uzoz'bona z'sphethe istayela Masesngena keh mfana Kukhal' abantwana uzosbona ses'ngena nge dance Zobona sesngena nge dance ke Istoko senu s'jaiva nge vans yeah La s'thint' emdumweni ke I cab lethu nalo l'thin ke Ub'shaya kakhulu lomtana uyazenza Ng'cela ungakhulum' uhlala ema-20 Mfana ungasukumi mak'fika IsNova Danko macala aw'lethi ibhodlela Incaza lani nalo leli l'yavela As'landeleli ke mfana haw ngeke Idrip siy'thelile mfana uyakena IChampion ihleli eskibheni aw'bheke Abantwana abanye bathi s'dume ngok'feba Haw yey siyamaNova Yihouse party endlini? Ngena endlini Donsi istoko bese ng'phuma kanje Mawus'phaphela uthol'7, k'landel u5 ukhal' uyekini Nalo theken' nalo theken' uth' uyang'thanda ufuna ngenzen? Uth' uyang'thanda ufuna ngenzen? Akazi ukuth' uthando lung'khandel' izinto? Sho mas'ngena s'ngena kanje Bese s'ngena kanje S'mane nje s'ngene kanje Bese nje sithi Suk'endlelen' Mfana ng'yaktshela Uzoz bona leyntwana zovela Casanova, isdwadlo  zisphethe Istoko, abantwana baz'shaya ngempela Suk'endlelen' Mfana khuzeka Uzoz'bona z'sphethe istayela Masesngena keh mfana Kukhal' abantwana uzos'bona ses'ngena nge dance Sukendleleni Satan Amahaters  as'hlupha kanjan Bathi sbuyaphi? s'buye elehae Mases'fika kukhala aba bhaya Bona izinja ke zithi z'yavaya Ehhh maNova bafana niyangshaya Ehhh maNova bafana niyangshaya! Sisazo xova xova kukhal' inyoka nyoka Mfana uzoba sober maw'phuzile Bathi "lova lova" wena awsuy' ulova Bizi IsNova Nova nyoka ndini Ukuthi uyanyoba, nyoba phela Akusho  ukuthi masewnyoba k'mele uannouncile Yith' amabozza lova  Ngoba sona lona  nalothando bewuthi ul'tholule So shona khona k'bona Ngoba phela ibona kqala scala mf2 abaysusile Masekukhona thina ubona ngomacala Scala sbala svala nomayini "Ungadala" dala mfana "Laba syaba" faka nomayini Faka, faka irubber bese uxova udaka Mfethu surfer lapho egagasini Ngyak'tshela mfana lana ukuthi udansa nama hooligan Ubona mfana kukhalistina kukhala nama underpants UFike ekasi mfana uboningane zithi nali khekhe Usath 'yakhala mfana ubon' isNova nama coolerbag Kukhale namba, kushi namba mfethu umane ujaive k'phela Yabona naley'ntwana ukuthi mfethu ngath' zizdala kphela Syay'donsisa sbala kau,donsa lapho sfaki indlela Usazogcwala ngathi mfethu ngcono umane uphathe I bag Usazogcwala ngathi mfethu ngcono umane uphathe I bag Njengoba Ng'shilo Mas'ngena s'ngena kanje Manje s'ngena kanje Bese nje s'ngene kanje Ubone nje sithi Suk'endlelen' Mfana ng'yaktshela Uzoz'bona leyntwana zovela Casanova, isdwadlo  zisphethe Istoko, abantwana baz'shaya ngempela Suk'endlelen' Mfana khuzeka Uzoz'bona z'spheth' istayela Masesngena keh mfana Kukhal' abantwana uzos'bona ses'ngena nge dance
Sanatçı: Assissan Louis
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 2:54
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Assissan Louis hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı