Bayede Mabuza

Ungixolele (feat. Nontethelelo & Ndlalifa)

bayede mabuza ungixolele (feat. nontethelelo & ndlalifa) şarkı sözleri

Uz' ungixolele Xolela amaphutha wami Uz'ungixolele Ngicela intethelelo Uz' ungixolele Xolela amaphutha wami Uz'ungixolele Ngicela intethelelo Ngizenzile izinto kulomhlaba wakho Baba ngicela uxolo Baba ngicel' uxolo Uzenzile akakhalelwa kodwa mina lena ndaba ingihlukumeza umoya Ingihlukumez' umoya, Ingihlukumez' umoya Ngathwala umthwalo wami uthwele umthwalo uyangisinda Nganyuka ezintabeni ngicela uncedo Baba ngiyasindwa Nawu umthandazo wami ngiguqa ngedolo Ngethule umthwalo Baba uyangisinda Ngabe wuwo lomthwalo oletha losizi Baba ngiyalila Ngicel' intethelelo Amaphutha ngiyawayenza kulehlabathi ngiyawandlula Uma ngilahleka endleleni uphinde ubuye uzongiphutha Siphila ezweni losizi lapho kunzima ukuba nelizwi Ngiyisithunywa ngingunolizwi khaningisizeni Siphila ezweni losizi lapho kunzima ukuba nelizwi Hhawo Woyeni Yeni Yeni Uz' ungixolele Thethelela Baba xolela Uz' ungixolele Baba ngixolele Uz' ungixolele Thethelela Baba xolela Uz' ungixolele Baba ngixolele Uz' ungixolele Xolela amaphutha wami Uz' ungixolele Baba ngixolele Uz' ungixolele Xolela amaphutha wami Uz' ungixolele Baba ngixolele
Sanatçı: Bayede Mabuza
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:16
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Bayede Mabuza hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı