bayede mabuza uyakhumbula (feat. spha) şarkı sözleri

Kwaphela amalangabi Maye Maye Kwaphela amalangabi Hhawu weMama Mama Uyazi uthando lwakho kudala ngilufela Maye Maye bo Ngacela sthandwa ungivumele Inhliziyo yakho ngiyinakekele Mama Kwaphela amalangabi Mama Kodwa wavumela omunye adlale ngayo noma besengizibonisile ngiphelele Ngazibona sengizibuza ukuthi ngabe wangiqoma Iskhalo sami manje sengisibhala ngalengoma Saluzama kokuqala wena wathi kimi i-X yakho ngumngani wakho Saluzama kwesibili ngazibona sengiphenduka isilima There is no other way kumele siluyeke lothando angeke sikwazi ukuluqhubeka Ngoba ngiloku ngingqongqoza enhlizweni engazukuvula Uyakhumbula Uyakhumbula kwaphela amalanga ngiloku ngikufuna Hhmm Ngakuthola ngayizwa imfudumalo Enhlizweni yami ikhuphwa nguwe K'dala ngizifela mina Uyakhumbula Mntwana womuntu kanti yini Kwaphela amalanga ngiloku ngikufuna Inhliziyo yami iyakhala ngawe Thando Uyakhumbula sihlala ndawonye siphila sobabili Uyakhumbula sihlala sobabili Sasihlala kamnandi siphila njengamajuba Wavumela abantu bangene othandweni lwethu Bheka manje sekunjani Wathi kimi uyangithanda Dali Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali Ujike kanjani Lavi wami Wathi kimi uyangithanda Dali Ohh Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali Ujike kanjani Lavi wami Ohhuu Mama Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali Ujike kanjani Lavi wami Wathi kimi uyangithanda Dali Ohh Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali Ohhuu Mama Wavele wangidalela isphithiphithi Ohhu Mama Uyazi ngithanda wena wedwa Lavi Ohhu Mama Uyakhumbula Uyakhumbula Uyakhumbula Kudala ngizifela ngawe Ntombi Uyakhumbula Mama Uyakhumbula Uyakhumbula
Sanatçı: Bayede Mabuza
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:00
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Bayede Mabuza hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı