cadmus gti (buya) şarkı sözleri
Uthe uye 'mjaivweni, ehamba ngo lwesihlanu
Kwa phel 'amalanga uNtombi akabuyanga
Uthe uye 'mjaivweni, ehamba ngo lwesihlanu
Kwa phel 'amalanga uNtombi akabuyanga
Buya, ukuphi na?
Buya, ukuphi na?
Kudala bekufun 'ekhaya
Kudala bekufun ekhaya ooohhh
Buya, ukuphi na?
(Ukuphi na? Ukuphi na?)
Buya, ukuphi na?
(Ukuphi na? Ukuphi na?)
Uhambe ne skeem sakhe
Left ku-GTI yomjita
Okok akabuyanga
Ne skeem sakhe
Left ku-GTI yomjita
Ekhaya bayakhala
Kudala bekulangazelela
(Langazelela)
Kudala bekulangazelela
(Langazelela)
Kudala bekulangazelela
(Langazelela)
Kudala bekulangazelela
(Langazelela)
Bu ya, ukuphi na?
(Ukuphi na? Ukuphi na?)
Buya, ukuphi na?
(Ukuphi na? Ukuphi na?)
Buya, ukuphi na?
(Ukuphi na? Ukuphi na?)
Buya, ukuphi na?
(Ukuphi na? Ukuphi na?)