ccoo-ké isitimela (feat. boostasoul) şarkı sözleri
Inhliziyo yami ingab'hlungu
Uma ngabe k'thiwa ngiyasuka
Ngingakubonanga
Yeah, yeah
Dali, uyazi k'mele ng'hambe
(Isosha lakho liyophanta)
Uyazi k'mele ng'gudle
(Ukuze ng'kwazi ukondla nabantwana)
Ngoba es'khwameni sami
Ng'pheth' is'thombe sakho
Everyday ng'zohlale ngikubuka njalo
Njalooow
Sondela uzoqabula
Ngifisel' inhlanhla
Sondela uzoqabula
Ngifisel' inhlanhla
ISITIMELA siyasuka
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Isitimela siyasuka
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Angizo k'hamba
Ungafikanga
Angizo k'hamba
Ungafikanga s'thandwa sami
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Angizo k'hamba
Ungafikanga
Angizo k'hamba
Ungafikanga s'thandwa sami
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Is'timela s'yasuka
Wena engathi uzoz' ung'bambe ngephunga
Is'timela s'yasuka
Wena engathi uzoz' ung'bambe seng'buya
Ey! Ngithi lalela!
Namhlanje bek'mel' ulale la
Es'fubeni sami uzoqamela
Phela k'sasa ng'yahamba ngil'bangise Jozi
Ng'yophantel' ingcosi
Ng'buye ng'bonge abadala ng'hlabeli dlozi
Usay'bambe nges'dala
Uyasazi nesok'qala
Aw! Kodwa mntan' wabantu
Sengaze ng'hamb' impela ngingak'bonanga?
Nalo kiss ngingaw'tholanga?
Is'timela siyashosholoza
Kodwa inhliziyo iyagoloza
Ingqond' icabanga wena
Imama el'pakishile
And nami bese ng'dlile
Njengoba ng'hamba le ndlela nanah
ISITIMELA siyasuka
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Isitimela siyasuka
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Angizo k'hamba
Ungafikanga
Angizo k'hamba
Ungafikanga s'thandwa sami
(Ng'linde wena s'thandwa sami)
Angizo k'hamba
Ungafikanga
Angizo k'hamba
Ungafikanga s'thandwa sami
(Ng'linde wena s'thandwa sami)