cee-am weh pontso! [original] şarkı sözleri
C H O R U S
Weh Pontso!
Indab' uhlez' unamajita, ngsab' ukuk'xoxis' umuhle mama mia//
Weh Pontso!
Ng'zok'thengel' ama Chappies, S'shay' iRound ngale 6 abolova bayas'buka//
Weh Pontso!
Aw mntanabantu mntanabantu maan//
Weh Pontso!
Ng'fake ke, Qoma le kleva maan!//
Weh Pontso!
Aw mntanabantu maan I like you maan//
Weh Pontso!
V E R S E 1
Inhliziy' iyabalisa, woza ma baby ngik'phathis' okweqanda wena you're my Chicken Licken//
Noma ng'hleli namajita ng'yak'cabanga mamacita kahle kahle uzobona k'fik' amanigga laph' ekini//
Mabas'hlaba s'faki vika phela ngyak'thanda my sister ende ng'fun' uk'Maker sure 'kuth' uEndUpper lay'mpantshin'//
Ak'fihleki ngyabhacisa, mabang'buza ng'yaphikisa angisho phela wena mama you're my beautiful secret//
Cabanga s'jike park ung'bamb' isandla ngik'kitaze bese ng'faki sandla leh...ngyadlala maan//
Cabanga s'jike park ung'bamb' isandla ngik'kitaze bes' uya catch(a) maloving,ekasi bathi//
Wena you're not in my league, ngawari ma baby,mina ngiz'funeli nhliziyo yakho//
...Not in my league ungawari ma baby, mina ngizfunel' inhliziyo yakho//
------------------------
- C H O R U S -
------------------------
V E R S E 2
Ey mina mntwana ngithi ng'gcwele ngawe// ng'yafun' ukuk'xoxis' inking' uhlezi unamajit' uk'ring' ivaar mina jo, ngyaz'fela ngawe//
Ugijimis' imizwa. Kuwe mntwana ng'cel' ithuba lokuk'ringa uzwe why ngikhala ngawe//
Ng'zothengi sinkwa nama chips s'bhlome khona lan' e6 ngibe uMr ube uMrs//
Ey phel' uSweet udlula ne Chappies, uYellow ufana nepentshisi babygirl ng'qome please//
Weh Pontso, ng'cel' ukringa nawe mina ng'gcwele ngawe uyangizwa maan//
Weh Pontso, unganaki lamajita afuna ukuk'lahlisa uyang'thola maan?//
Bath' you're not in my league ungawari baby ngizoy'Win(a) lenhliziyo yakho//
Bathi you're not in my league ungawari baby ngizol'thola lothando lwakho//
-------------------------
- C H O R U S -
------------------------