celestial mic ethekwini şarkı sözleri
Chorus:
Kwaze kwamnand Ethekwini x3
Hlal' ube wash ubhekil'
Munt wakh' umash' ubhekil'
Kwaze kwamnand Ethekwini x2
S'phila kamnand' Ethekwini
Kwaze kamnand' Ethekwini
S'phila kamnand' Ethekwini
Kwaze kwamnand Ethekwini
Ngane z'yashis' isemini
Mali 'yadliw' isemiji
Kwaze kwamnand Ethekwini x2
Verse 1:
Ntwna yam ng'khul' edubane
Lapha kuRoad 12 emkhumbane
Ng'khule ngey' khath' zeyqhumane
Iqashiw' itaxi uphuzani?
Sbamba ama case kaStymane,
Isikhona itwelve yesavanna,
Adda noma two, zyaminya ley'qubu
Kodwa ziFresh so kyafana
Mhlamp' uzos'thola koRich
Nom' uzosbamba siseViews
Shisa amaGqosha noMeech,
K'dlul uAsante athi two
Kwaze kwamnand kusebsuku
Kodwa amakgat' anochuku
Anokuk' khuthuz' inyuku
Yaz' ngek' uzush' uthi iduku
Sphila kamnand Ethekwini
Incika bay'phuz ekhemis'
Umjita meCheckwa akalok' estressa iLiqui Fruit neTennis
Idovwa ngey'nyaw' itennis
Skelem syaphoswa, ungabos' nqaka,
Uzophenduk' isekis'
Ey mfana zyamunc' ethekwini
Chorus:
Kwaze kwamnand Ethekwini x3
Hlal' ube wash ubhekil'
Munt wakh' umash' ubhekil'
Kwaze kwamnand Ethekwini x2
S'phila kamnand' Ethekwini
Kwaze kamnand' Ethekwini
S'phila kamnand' Ethekwini
Kwaze kwamnand Ethekwini
Ngane z'yashis' isemini
Mali 'yadliw' isemiji
Kwaze kwamnand Ethekwini x2
Verse 2:
Kwamnand kwela banana
Kwadlal' igqom kyasanganwa
Hlezi kuLit mas'hlangana
NaloboSis basthandan
Bath' uQueen wase London
Aybo ley'ngane 'baban'
Meke walahl' imali iyamasha
Aybo ley'ngane ngiy'saban'
Shis' inyam' eyadini
Ngenil' imal' ekhadini
Imin' ubab' ebadwini
Imin' uZakes ebantwini
Nghlezi ngnedam' el'shisay'
K'bhema nom'ba syaphisan'
Bath' imnand' ngey'ndebe ey'ningi,
That's the only time s'ngaphik' sani
Awu Sphila kamnand' Ethekwini
Kodwa nemdlwemb' ikherile
Meke kwashub' intwana zyasuka
Laphok' inkwari iphelil'
Suyajwayel' ukremil'
Basazokwenz' isemiji
Ubusa bab' bek' etekwini
Ntwana ngyak' tshel' Ethekwini
Chorus:
Kwaze kwamnand Ethekwini x3
Hlal' ube wash ubhekil'
Munt wakh' umash' ubhekil'
Kwaze kwamnand Ethekwini x2
S'phila kamnand' Ethekwini
Kwaze kamnand' Ethekwini
S'phila kamnand' Ethekwini
Kwaze kwamnand Ethekwini
Ngane z'yashis' isemini
Mali 'yadliw' isemiji
Kwaze kwamnand Ethekwini x2