celestial mic isqinsi şarkı sözleri
Chorus:
Pheth' inteneSqins'
InanoMsindo mayey'dons' iyakahlel'
Bath akezwa mshin'
Ulale Emin' uphume ebsuku uphanta kphela,
Umjit' oneslwan'
Esasemncane amajit' ayembhamplel'
Wavel waland' insimb'
Waval' umcimbi wathi ngek' basay'dalela
Verse 1:
Bayamaz' intwan' Yase roundin
Kodwa awumbon' ngase roundin
Uhlal' eseRoundin,
Skhule sdlala naye egroundin
Manje usey' biza ngoMawunden'
Sanda k'phuma la epoudin
Upheth' amaThousand
Wabuyele eroundin
Usebenza ngay' akaloke ekhuluma kahlu
Nensimb iyaphuma may'phuma,
Uphethe nebuth'
Amadod' ayikhulu
Awal'nqeni nochuk'
Aysuke maysuk'
Akshube mak'shuba
Shooters gone shoot
Noma k'ngathiwa baphuze kakhulu,
Ziphume nga two, ziqhume kakhulu
And his excuse is ukhule kab'hlungu
Naba bebhayizela ngapha engath' abamazi bamuzwa ngendlebe
Izinja zakhe zimane 'landele ispani zis' buza ngendlela
Naseloxioni kyaziwa akaloke ephikisa ukhuza kwenzek
Uhlulwa nawuk'hleka
Ungula ngempela
Akezwa mshin, sekwaphuk' nembeza,
Chorus:
Pheth' inteneSqins'
InanoMsindo mayey'dons' iyakahlel'
Bath akezwa mshin'
Ulale Emin' uphume ebsuku uphanta kphela,
Umjit' oneslwan'
Esasemncane amajit' ayembhamplel'
Wavel waland' insimb'
Waval' umcimbi wathi ngek' basay'dalela
Verse 2:
Angsamaz' ubuyele estoksini
Khon' osephelel' ebhoksini
He came to a gun fight, nge Boxing
Manje usebuzw' eMakhosini
'Khal' igqom engath' bekdlal' uThukzin
Wathi ya msun wenja whozit
Pluzi nentwan' ibiphuzile
Bayamsaba 'kekho nano mkhuzile
Uzok' vuqa akaginqi
Meke waphuz unomfutho nesbindi
Uzoshare umbhede no thuli ney'dindi
Akanaskhath' sok'cucuza ngenqindi
Ilenhlob emith ikhuz' ingaphindi
Akelok' ebuza kaningi
Nawe muy'funa intuth' angaknika
Ubendl' angal'susa nanini,
Ubsuku nemini
Intwana miphum' esandleni
Kubo kzocukwa amagugu,
Ithuna l'zogujwa
Imbuz' izobuzwa amaduku
Abaz' nabo 'Duma ngakuph'
Uphume ngakuph?
Nalo bonile angek' asho lutho uyasab'
Uzothul' athi Du,
He felt like a real lucky dude
But when it was time waphuma ngo two
Chorus:
Pheth' inteneSqins'
InanoMsindo mayey'dons' iyakahlel'
Bath akezwa mshin'
Ulale Emin' uphume ebsuku uphanta kphela,
Umjit' oneslwan'
Esasemncane amajit' ayembhamplel'
Wavel waland' insimb'
Waval' umcimbi wathi ngek' basay'dalela