certified major, mr khanyola kuyafana şarkı sözleri

Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Bengithi sofa silahlane Hlezi sithandane Ebunzimeni sisekane Bengithi sofa silahlane Hlezi sithandane Ebunzimeni sisekane Wangthembisa izulu nomhlaba Sufuna ukungishiya nomntwana I ntombi enjani lena Ethanda abafana nemali Ekhaya iyona indoda Yaphela imizi yobaba Khuza gogo They dripping like DBN gogo Uthatha ama front sits kuma polo Ufuna soft life ngomzimba wakhe Uzenza ncono Ngangihleka naye Ngiwa ngivuka naye Ngangihleka naye Ngiwa ngivuka naye Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Langilaya mntanomuntu Ungabo mthemba umuntu Baphelelwa ubuntu Angisayiphathi eyesintu Bathi bavunywa umthetho Bayazenzela Ngishaya umthandazo omncane Nkosi sikelela Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki Yazi kuyafana Noma ngamthanda usazodlala ngami Laba abaneli abadeli Mawunemali abakuyeki
Sanatçı: Certified Major, Mr Khanyola
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 2:57
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Certified Major, Mr Khanyola hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı