chaerin kim rendezvous: zulu şarkı sözleri

Ngiyakuyekela Manje Bengikuqine enhlizweni yami Kunzima, Kubhlungu, Kodwa ngiyakuyekela Ngikuthandile, Ngakumela, Kodwa Manje ngiyakuyekela Sihlangane Izolo Bowusephupheni lami, weza Kimi ngozwelo nezinyembezi emehlweni wakho uzibuza Bowungithanda Bowufuna ukungiyeka Bewulindile Bengifuna ukuba seduze Ngicela ungangi yekeli Anginasiqiniseko ukuba uyangikhumbula Uthathe Lonke uthando lwami Kulungile uma bewungazi Manje, ngiphupha nge njabulo, ngisusa ukudabuka, ngicwalisa injabulo Yami Ungithandile ngoba ubone yena kimi, Kodwa mina ngikuthanda kakhulu Ngizokuvikela, angeke ngikuyeke Gugu lami Sthandwa Sami Ngicela uthi siyoba phakade. Ngethembe Bamba isandla Sami Ungazihlukanisi futhi
Sanatçı: Chaerin Kim
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:41
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Chaerin Kim hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı