daliano big zulu diss track şarkı sözleri

Shuni Wenkabi Ngfuna ukumGunda leDreads ngePhanga Ngoba umshini angawuphula Athi ngiphumele Emnyango Ngiyi Artist yama piano Laba Fana Bama Dureg namaBruko Awayo Bayatatazela bona they Vavazeling Athi ngikuDonse ngeDreads Baba Wamii hlala phansi Ngfuna ukukShaya ngeWhole night prayer wena uzoGcoka iBantshi ngiwazwile amaHundred Bars kodwa ngathi bewusa Fudumeza Sondela ngapha ngizokuKhipha idliso Laka Phumeza Bathi yimpi yamaSoja Mina ngizofel empini anginganawo amaGama amaningi kodwa mfana ngizokuShiya uZwile anginaso iskhali kodwa ngizokuQeda ngaloLwimi Bopha iDreads Baba Wamii ngizokwembulela Ngfuna ukukQhumisa njengama Russian weGum Gedlela Ngikuzulise ngamaDrip emaPassagen waseybhedlela Abaningi bathi uwuBig Zulu Mina ngikubiza ngoSamson ngoba Amandla wakho Mina angiwaboni Bathi eNkabi Records bonke usuba fakisa amaBrentwood baQamuka sebegcijile ngathi ican leRedbull Bathi Brentwood gives you wings Yimpi Yamasoja Yimpi Yamasoja If iBox lomcwabo belithengiswa eFish & Chips bengizocela iExtra Large ngifuna ukukNcwaba kahle iJarman lingasali Ngaphandle angsusi iBeef I don't want iNyama eningi trying to build my music career ngifuna iMali eningi iZolo uhlekise ngo Emtee but namhlanje Yim iMC ngiwumphathi wohlelo bathi ke Hip Hop dawg angfuni ukukQunsula kakhulu ngfuna ukukHlalisa ebentshin ngikdlise amaPentshisi khathele yile Nyama Yakho eningi ubona iyhlala zeNtsango wena uthwele ifa lamahlanya yin ngathi uCashile Bathi ngiwuSathane umphathi wabenza Kabii the one and only nigga ebhekana neNkabi ngikushaya kahle mfana ngikukhipha iNkani Uthi iHip Hop uyiphendule iTaxi rank Kodwa ngathi kushoda uQue Marshall Yimpi yamaSoja Yimpi yamaSoja
Sanatçı: Daliano
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 2:13
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Daliano hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı