el you intro şarkı sözleri

This is El-You that I'm going to introduce Ziyangthanda izngane ezncane shuthi mina mfethu ngi Juice Intombi yakho siyidla ihamba yodwa shuthi yona I lose Mina bathi mfethu ngi Goat baphinde bathi ngimbuzi Ngisangoma esiyisgrosa so ngizoqinisa wona umuzi Siya celebrate ngoba ngiyanithanda mina bafethu ngizonithengela bafethu I booze I'm promoting my name I'm seeking for fame I'm on my lane Ngiyiphethe le game Ngiyawathanda ama fans ngob angishayisa nomoya Ngiyawazonda ama hater ngoba wona ayasiloya Ngise studio njengamanje ngi busy ngiyaloba Umuntu enimqhatha Nami nazi ukuthi ngizombhonya Mangiqeda ngalengoma Ngizonibona ngo December Mawulahla ithawula Wazi sizolifuna kuwena Nge album Ngenza u 1K streams That was been my Dream And it actual did come true Nayi ingoma ya El-You yona yesi two Izngoma zami zinithinta ngaphakathi njengo doctor we operation Mina mfethu ngu El-You founder of I Ngcobonation No number one uyangilandela njenge number yakhipha Imina umagoqa ingakho ngithi ngi rapper I wish ukuba kwi billboard Kanjani kusakhon ama demoni Angidliwa angiyon inkonkoni Ba comment ngathi ku Facebook Angithi phela bafuna sibabuke Ba comment kwi post ya Emihle Bagcinazela imsebenzi yam yona emihle Bathi ngi ex ngoba ngiyabacanda Ngiya rap-a ngoba ngfuna u Mandela (Yeah chasing the paper) Ka Dlamini Sinenkinga eyu producer wase Foreal records Ngvul istudio Sama virgin so ngizo break I records
Sanatçı: El You
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 2:03
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
El You hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı