inamandla lh2fh (feat. musiholiq) şarkı sözleri

Ngizonibona, ngizonibona Kmele ngyophanta, kmele ngyolwa nendlala Kmele ngyozama, ngondle umama neyngane Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona If only it was old days, I would have wrote a letter But I know it will be lost sooner or later Mommy and daddy it's me, your boy Inamandla Y'all saw me packing my bag, ngalishiya elami idladla Nglana ngzophanta isaka, futhi ngfuna ukufaka umdlandla Ngfuna nihlale nazi ukuthi angzile ukzokhamisa Ngoba nangiyala ngabosis abazohlezi bekhangeza Mangithola amandla ephakethen intoyokuhleka ngzoyiveza Ngyabonga kini nonke ngokubheka iyntwana zami Angeke ngikhohlwe usapho lwami Ngizosihlonipha ispani sami Njengoba ngayalwa ukuthi asthelwa ngenhlabathi isinkwa Insimbi ngizoybamba ishisa, ngyazi ekhaya balambile, okunye ke babheke mina Ngzoxwaya abangani ababi, Ngingakhohlwa amazwi kababa Ethi abafowethu mina ngzobathola phambili Kodwa nghlakaniphe njengenyoka, mina ngthande bona kodwa ngabathembi bonke Kmele ngyophanta, kmele ngyolwa nendlala Kmele ngyozama, ngondle umama neyngane Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Ngfuna ufunde ukudla udaka, uyeke ukuhamba uzenza ubhaka Angfuni mawufika emazweni, udaka bese luyakuxaka Ngoba bayasho abadala, ithi ingahamba Idle udaka Kusho umzali eyala ingane ekhuliswe ngendlala Masindala isiyozama, akafuni mifika emazweni ilibale ukudlala Nglana nje ngyaphanta angilali, ngitshele abangani angidlali Ngfuna ukujika idladla nami. Ngyilungise impilo yami Ngondle nabazali bami, besaphila phambi kwami They've been giving love from another planet Ngeke ngyeke nokukhuleka. Ngoba otsotsi abanakuhleka, bayayfuna intoyokthenga Ngisemazweni ngyazabalaza Angizelanga ukukhanda abangani Ngyanithanda niyazi, ukube kuya ngami Bengizosebenza ngihlala nani Ngzoshawa intoyokuhleka, no petrol unyuse inani I'll come back anytime, angfuni abantwana bengikhohlwe Kmele ngyophanta, kmele ngyolwa nendlala Kmele ngyozama, ngondle umama neyngane Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona Nina abanye ngizonibona ngizonibona ngizonibona
Sanatçı: Inamandla
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 3:03
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Inamandla hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı