isina muva and umuthikawungeni ungowami şarkı sözleri
Amagama maningi
Nami angisazi ngizothini kuwe
Woah ngiyakuthanda
Woah ngiyakuthanda
Wohhh ngiyakuthanda
Ziningi izintaba zingifihlele wena(zingifihlele wena izintaba)
Thembalami ngicel'ungalilahli ithemba(uzungalilahl'ithemba dali wami)
Nasebusuku angisalali ngicabanga wena
Wohhh ungowami
Ow themba
UMzamo uyaphanda
Aw ngithi ngihleli la, ngbhlome noshomi bami,(oshomi)
Yey la ngimdala no van Damme
Nghleli la, ngicabanga imali nami
Yoku spender, mangihleli no love wami
Aw Kodwa yeey bantu ngyayfela ngyayfela ngomtana(bantu)
Ungthath'ungbeke
Akaze ngizizwe kanje
Ungthath'ungbeke
Wemntana bantu wee
Min ngu mraper okhothwa idlozi
Phansi, phesheya kungangithi ngiy'ngozi
Ngthembe ngakini baludla nodosi
Ngoba ezangakithi, zigaya neybozi
Sobukhand'ubuhlobo, okwamanje ng'saphanda, ng'saphanda imali, sothola isaka, nazi ney'ntaba zingfihle wena
Zing..zing...zing'fihlele wena
Ziningi izintaba zingifihlele wena(zingifihlele wena izintaba)
Thembalami ngicel'ungalilahli ithemba(uzungalilahl'ithemba dali wami)
Nasebusuku angisalali ngicabanga wena
Wohh ungowami
Woah ngiyakuthanda
Woah ngiyakuthanda
Nami angisazi ngizothini kuwe
Amagama maningi

