isithembiso mamezala şarkı sözleri

Mamezala awuyek'ukungiphoxa uma ubon'abantu Ungibiza ngevila uth'angihloniphi ngiyiyo yonke lento kuwe Uma kunjalo awukhulumi ngani kahle? Awungibonisi ngani njengengane yakho mamezala Mamezala awuyek'ukungiphoxa uma ubon'abantu Ungibiza ngevila uth'angihloniphi ngiyiyo yonke lento kuwe Uma kunjalo awukhulumi ngani kahle? Awungibonisi ngani njengengane yakho mamezala Mamezala ngenzeni kuwe? Bengingaz'ukuth'ukugana kubuhlungu kanjena Ngazilaya ngazifak'emlilweni Baqinisile uma bethi awuthunyelwa bhungane Bengingaz'ukuth'ukugana kubuhlungu kanjena Ngazilaya ngazifak'emlilweni Baqinisile uma bethi awuthunyelwa bhungane Wadlala ngami mamezala ngenzeni kuwe? Ngiyijwayele lemikhuba yokuphoxwa ngakuthi Angizang'ukuzongana wena Ngizogana indodana Ngiyijwayele lemikhuba yokuphoxwa ngakuthi Angizang'ukuzongana wena Ngizogana indodana Mamezala ngenzeni kuwe? Bengingaz'ukuth'ukugana kubuhlungu kanjena Ngazilaya ngazifak'emlilweni Baqinisile uma bethi awuthunyelwa bhungane Bengingaz'ukuth'ukugana kubuhlungu kanjena Ngazilaya ngazifak'emlilweni
Sanatçı: Isithembiso
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 3:16
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Isithembiso hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı