ithongo dollar wajubalala şarkı sözleri
Wajubalala weh waya KwandongaZyaduma
Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga weh
Wajubalala waya KwandongaZyaduma
Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga
Wajubalala waya KwandongaZyaduma
Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga
Ntombazane kanti ubusungasho ngani
Ukuthi awusabuyi nami ngithathe uthando lwami
Bengizitshelile ukuthi uwena wedwa ubambo lwami
Manje sengiyabona udlalile ngemizwa yami
WeSisi ngicela ubuyise okungakhona okwakho
Ufike enhlizweni uthathe yonke imthwalo yakho
NaseGumbini yazi asisekho isikhala sakho
Sebengitshelile usumtholile omunye owakho
And I hope uyakunika uthando
And I hope uyayithola impatho
You didn't love me now I know and I have to let you go
Now we didn't have to stop
But I am here all alone
And my feelings are broke
And I didn't even wanna talk to you
What I am feeling now is different for you
Only if I knew you love wasn't true
And now take a look what you made me do
Wajubalala waya KwandongaZyaduma
Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga
Wajubalala waya KwandongaZyaduma
Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga
Injabulo yami ibilele kuwe
Besakha ikusasa mina nawe
Wabona abangcono kunami
Wadlala nangeskhathi sami
Yeka imizwa yami
Bengithi uwena ubambo lwami
I don't wanna give up on you
Uthando lwethu it was a dream come true
I was just wanna make you happy
Ngikunike I card lase Bank
Ngiku feel ngibe Sexy
No sikweletu sidile ngo Cash
But konke kwanyamalala
Kwahamba konke kwaShabalala
KwandongaZyaduma kuyazamazama
Bonke labantu bebebukela kithi
Ungafunga sibanikeza imithi
Thina sithandana sibe romantic
Kodwa kuyacaca into enhle abayidingi
Aybo ayi abayidingi weh
Kodwa kuyacaca into enhle abayidingi weh
Ayi abayidingi weh
Kodwa kuyacaca into enhle abayidingi
Ah ah
Ayibona laba abayidingi
Wajubalala waya KwandongaZyaduma Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga
Wajubalala waya KwandongaZyaduma Wangithembisa ukuthi wena uzobuya
Kwashona amalanga
Kwashona amalanga weh