jaiva zimnike ukhulumela ukudla şarkı sözleri
Babenomona benomona benomona laba bantu
Babenomona benomuhobholo ekhweni lami engangiqonywe khona
Babenomona benomona benomona laba bantu
Babenomona benomuhobholo ekhweni lami engangiqonywe khona
Ngelinye ngathi ngivakashile
Ngivakashele engangithandana naye
Ngezwa umkhwewami ethetha ethetha ethethisa intombi yami
Ngelinye ngathi ngivakashile
Ngivakashele engangithandana naye mina
Ngezwa umkhwewami ethetha ethetha ethethisa intombi yami
Eyitshela ukuthi imosha kwakhe
Ingalinge ize ingiphakele
Angidlanga yini kwaMseleku
Ngoba kuyabuswa phela kwaMseleku
Eyitshela ukuthi imosha kwakhe
Ingalinge ize ingiphakele
Angidlanga yini kwaMseleku
Ngoba kuyabuswa phela kwaMseleku
Babenomona benomuhobholo ekhweni lami engangiqonywe khona
Emdala kangaka, uyangilahla(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka, emdala kangaka (Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka uyakhuluma ukhulumela ukudla
(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka (Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka
Uyajivasa yena
Kush'ukuthi bona ekhweni lakho
Babengakuthandi mfana
Kush'ukuthi bona ekhweni lakho
Babengakuthanda mzala
Kush'ukuthi bona ekhweni lakho
Babengakuthandi mzala wami
Babengakufuni mzala
Babengakuthandi mzala wami
Babengakufuni mzala
Babengakuthandi mzala wami
Kush'ukuthi bona ekhweni lakho babengakufuni mzala
Emdala kangaka, emdala kangaka(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka, emdala kangaka(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka, emdala kangaka(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka
Woo bathanda ukudla ekhweni lami
Woo bathanda ukudla ekhweni lami
Umkhwewami ukhulumela ukudla
Ethi engane yakhe ingangiphakeli
Umkhwewami ukhulumela ukudla
Ethi engane yakhe ingangiphakeli
Woo bathanda ukudla ekhweni
Emdala kangaka,uyanginyansa (Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka, emdala kangaka(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka, uyakhulum' ukhulumel'ukudla (Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka, emdala kangaka(Ukhulumela ukudla emdala kangaka, emdala kangaka)
Emdala kangaka