kailo primes ipelepele şarkı sözleri
[Intro]
Bangibuza kule game ukuthi ngingene kanjani,
Ngathi nam'angazi nami ngibone sengi la
Hee piki piki mabelane ng'tshele ukuthi ukhala ngani,
Intwan'enqane yase Vaal ihamba nabo bani
(×2)
[Verse]
Ishuu!
Hebathi ng'ipele-pele ng'yababa ngu chillies'i,
Mak' rapper mina bathi ngiba khumbuz' uMpura Mpura
Indot' iya phunyuka,
Vele k'sazo shuba,
Nami ngisazo khula ngisazo shisa nje ngo Zuma
Khiph' icamera ung'shute, bes' uyang zooma
Ng'thandaza kuwe mdali ngamadolo ngiyaghuqa,
Ng'hlanganis' izandla ngomthandazo ngiyaqela,
Nkosi dankie for impilo kodwa seng'shota ngemali
Ishuu!
(×2)
[Hook]
Ishuu!
Hee phakamis'u 18…18...18 man heey!
Intwan'enqane yase Vaal...yase Vaal...yase Vaal man heey!
Ishuu!
(×2)

