kasteezy date şarkı sözleri

Hey! Hey, woza ngikukhiphe, baby Baby, baby Woza ngikukhiphe, dali (Oh) Awu Dali Kudala unami Uwa uvuka nami Ungubambo lwami Awu baby khawungibambe Hey, woza ngikukhiphe, baby Baby, baby Woza ngikukhiphe, dali (Oh) Awu Dali Kudala unami Uwa uvuka nami Ungubambo lwami Awu baby khawungibambe Yeah, baby unga-Order noma Yini Ngoba uyiphara lenhliziyo yami Ngizokuthengela iSpaza, ube uMy Friend Uzokhona ukuzimela Ube nemali yakho Kade ngithi ngiyaziqinisa Kanti uzongibimbisa Ngazifela ngawe Mafinitha Ayi noor ngiyavuma Wadlaya, Masingita Njalo mangikubona ngiyangingiza K'dala sijola mabhebheza (K'dala unami) Ngingena lutho manje ngiyasebenza (Kodwa uthando lwakho) Awukaze wangithengisela Ingakho makufika kuwe imali ngiyidedela Ayi phela wena uSpecial Ngazibonela wena akekho owangikhethela Angeke bangitshele ukuthi ngikuyeke ke ke Hey, woza ngikukhiphe, baby Baby, baby Woza ngikukhiphe, dali (Oh) Awu Dali Kudala unami Uwa uvuka nami Ungubambo lwami Awu baby khawungibambe Hey, woza ngikukhiphe, baby Baby, baby Woza ngikukhiphe, dali (Oh) Awu Dali Kudala unami Uwa uvuka nami Ungubambo lwami Awu baby khawungibambe Yonke indawo la sihamba khona singondabuzekwayo (Iyooh) kanti thina sifelani? Akekho ongazi ngathi Kwazi ngisho nezinja zikamakhelwane Hey, abantu abayivali imilomo Bathi bayabuqabuka lobudlelwano Kanti umona thina sidlelwani Hey, sidlelwani Hey, noma bekungaphela okuhlangenwe ngakho (And we cut off all communication) We'd still find our way back to each other That's all I know (That's always been the situation) They say find something that you love And let it kill you Mina ngizithandela wena Angina issue Bonke labantu abanake impilo yami Kube ninaka umculo wami Niyekele ukungitshela ukuthi uzongidlala Ngoba mina ngimthanda enjalo (Umfazi wami lo) Kanti basibangisani macala wami? (Oh yeah) Bamba isandla sami wena ungowami (Oh yeah) Yeah, umuntu u-blessed I have no fear Coz I know where I stand Oh, yeah Oh, yeah, oh yeah, oh yeah
Sanatçı: Kasteezy
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 3:35
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Kasteezy hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı