kasteezy seng'khathele şarkı sözleri

Oh! Oh! Sengizwile i-Emotional blackmail yakho Awuneliseki Ung'khokhisela uthando lwakho Kaze ngoneni Hey, maku-Cheata mina yaqala inkathazo Kube kuyangawe ngab'uthi mbopheni Kodwa wena mawu-Busy nabant'bakho Ngik'yeka kuze kuqhume ispakupaku K'shuthi kahle kahle ngifela ukuthula kwami Why ungangiyekeli nami ngizidale Wena ufuna uku-Enjoya uyi-One Lapho uzibiza ngomacala wami Eish, le yona ngathi ayingangami Ngiyayiyehla le nqola awuhambi nami Sekuyosala inkumbulo kuphela Ngoba inhliziyo ithande yadela Ok'hlula amadoda (Kuyabikwa) Angisakhoni zolo lokhu (Bengivika) Wena wahlezi umsulwa (K'shuthi yimi inkinga) Amaphutha akho mina ngiwashaya ngomzimba Bengithi sibambisene mina nawe siyithimba Kanti uyisitha ihlezi iviva Kungcono ngikuthande from a distance Distance Ngoba ngisasemncane for ukufela uthando Yazi ungehlule sizwa ngawe kulomkhumbi (Ngangithi oka-Noah) Ngezwa imfudumalo uthando lwami lakhukhumala Kodwa manje sengibheme ngakholwa Hey, ngangithi ngithole umuntu who had given me Something in this world worth dying for Now, it turns out it was a Titanic Not what I had in mind when i fell (For you) Yaz' ngiyazisa, zisa ngothando lwami Ngangikuthembile, thembile I used to think that you loved me (Oh boy was I wrong) Ok'hlula amadoda (Kuyabikwa) Angisakhoni zolo lokhu (Bengivika) Wena wahlezi umsulwa (K'shuthi yimi inkinga) Amaphutha akho mina ngiwashaya ngomzimba Bengithi sibambisene mina nawe siyithimba Kanti uyisitha ihlezi iviva Kungcono ngikuthande from a distance Distance Ngoba ngisasemncane for ukufela uthando
Sanatçı: Kasteezy
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 2:31
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Kasteezy hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı