kasteezy soulmates şarkı sözleri

Abake babonana Bayophinde babonane Ngoba umhlaba umncane Izintaba kuphela ezingahlangani Uzophinde ube ngowami Uphinde uhlale nami Abake banonana Bayophinde babonane Ngoba umhlaba umncane Izintaba kuphela ezingahlangani Uzophinde ube ngowami Uphinde uhlale nami (Nami yeah) Iskhala sakho enhlizweni yami Asoze savalwa ngubani (Yebo ngiyavuma) Yimina owakuduba (Bengisangene) Namanje ngisakufuna (Oh) uZola wathi ngikulinde uze ubuye And ngiyazi uzobuya Ngoba k'dala sigudla Siwasivuka Baby ngiyazi ungikhumbule Kodwa into uma uyithanda Uyayikhulula Mayibuya uyayikhumula UMDZ wathi indoda ingawa namhlanje Bese kusasa iyazi-Tlhotlhora Baby sengaphucuka Abake babonana Bayophinde babonane Ngoba umhlaba umncane Izintaba kuphela ezingahlangani Uzophinde ube ngowami Uphinde Uhlale nami Abake babonana Bayophinde babonane Ngoba umhlaba umncane Izintaba kuphela ezingahlangani Uzophinde ube ngowami Uphinde uhlale nami (Nami yeah) Ukukubona (Nomunye umuntu) Kuyangicoba (Angikwazi nokukhuluma) I know that Ngikuzwisile ubuhlungu Ngeke ngigeqe amagula Ngoba lokho kwadlula Baby ngiyazi ukuthi usafuna Ukuba nami Wena ungumacala wami Asibuyelene senze imali Weh! baby asibuyelane Senze imali Kodwa mina Ngayini phandle kwakho Angisak'khulumi okwempatho Intokazi efundile enothando Sengi-Serious (Angisadlale) Abake babonana Bayophinde babonane Ngoba umhlaba umncane Izintaba kuphela ezingahlangani Uzophinde ube ngowami Uphinde uhlale nami Abake babonana Bophinde babonane Ngoba umhlaba umncane Izintaba kuphela ezingahlangani Uzophinde ube ngowami Uphinde uhlale nam, yeah
Sanatçı: Kasteezy
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 3:13
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Kasteezy hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı