kayam & messiah nuz ilanga (feat. snd) şarkı sözleri

Ey sekuphele iminyaka singabonananga mina nesgodlo sempilo yami, Makhaza engibetha, imvula zinginetha inhliziyo ilindile wena dali, Angfuni nokukhusela nanoma ikephi inhliziyo izifunela ubambo lwami, Nothando olusele olwakho kuphele mina ngizifunela wena mamiie Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe Angimbon' omunye wena sthandwa sami Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe Angimbon' omunye sthandwa sami Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa Lingamane lishon' emini wena dali mangingalwa nawe Ngamane ngithathe intambo ngibek' emqaleni mangalwa nawe Ngamane ngitshubalale mina ngizulazule nawe Ngamane mina ngivele ngihambe ngitshubalal' amazwe Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe Angimbon' omunye wena sthandwa sami Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe Angimbon' omunye sthandwa sami Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa
Sanatçı: KAYAM & Messiah NUZ
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:40
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
KAYAM & Messiah NUZ hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı