Ladysmith Black Mambazo şarkı sözleri

Wangishiya ngingedw' uNomathemba Lokho-ke (Lokho k'yangimangalisa) Lokho-ke (Lokho k'yangimangalisa) Mangi (Mangibon' intandane eyayihleli ngaphansi kom' thunzi) Lokho-ke (Lokho k'yangimangalisa) Ngay'buza (Ngay'buz' igama layo) Ayiphendulanga (Ayiphendulanga) Yabheka pansi, yaze yakhala izinyembezi (Izinyembezi) Nomathemba Nomathemba, wangishiya Ng'sele ngingedwa, uNomathemba wam' UNomathemba wam', wangishiya lan' (UseGholi, le) Ng'sele ngingedwa, uNomathemba wam' UseGholi uNomathemba Akasabhali nencwadi encane Buya Nomathemba (Ng'sem' Mnambithi, Nomathemba) Buya Nomathemba Buya Nomathemba Buya Nomathemba (Awusabhali nom' incwadi encane) Buya Nomathemba (Hamb' uz' eMnambithi, hayi, Nomathemba) Buya Nomathemba Buya Nomathemba (Kodwa yini, saxabana ngan'?) Buya Nomathemba Buya Nomathemba (Hamb' uz' eMnambithi, Nomathemba) Awusabhali nencwadi encane Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam' Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam' Wobuya Nomathemba, akasabhali nencwadi encane Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam' Wobuy' oNtshono, wobuya Nomathemba, wam' Wobuya Nomathemba, akasabhali nencwadi encane Uzobhala (Uzobhala) Uzobhala (Hayi, wena, bo) Uzobhala, Nomathemba, uzobhala (Hayi, Nomathemba) Uzobhala (Uzobhala wena) Uzobhala (Bhala wena) Uzobhala, Nomathemba, uzobhala (Thina, wena dali) Thina nawe Thina nawe Thina nawe, s'thandwa sami sodliwa zindunduma Thina nawe Thina nawe Thina nawe, s'thandwa sami sodliwa zindunduma Thina nawe Thina nawe Thina nawe, s'thandwa sami sodliwa zindunduma
Ad Soyad: Ladysmith Black Mambazo
Müzik Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: -
Toplam: 161 Kayıtlı şarkı
Ladysmith Black Mambazo hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı

Sanatçı Görseli Yok