mabhom unembeza şarkı sözleri
Jah ngicela ukubuza awudliwa unembeza mawuphakamisela umuntu wesifazane Isandla awudliwa unembeza
Ayyy bengibuza nje vele vele awudliwa unembeza mawu cheat ela umuntu othi wena Uyamthanda awudliwa unembeza
Heee eeeh ngiyabuza nje nakancane awudliwa unembeza mawuphila ngokuganga uthi Wena uyaphanda awudliwa unembeza
Heee eeeh bengibuza nje vele akakudli unembeza incosi i'suffer wena uphila grand Awudliwa unembeza
Tshela mina ngitshele abangazi unembeza wakho ukutshelani
Mawungena esontweni ngapha inhliziyo isazonda umakhelwane
Umuntu akasenandaba nomuntu icare yani
It's every man for himself lamalanga izandla azisagezani
Huuuhhh ave bamuncu labantu usanokushaywa for ukuthi umuntu ngumuntu ngabantu
Izwa zwisisa buphelile ubuntu nabantu
Nowadays kunzima abanandaba nobuntu labantu
Huuhhh entlek bro wam uzizwa njani ngitshele
Mawusetshwaleni imali yakho yonke uyidla njan iphele
Entlek tell me entlek ufeeler njani vele endlini awenzi nieks etshwaleni itafula lihlala Ligcwele
Tshela mina umzonda njani umakhelwane vele ngesabatha umbathe isambatho Uyokhonza umuya ongcwele
Umuntu onjani ovala unembeza ngesikhwele
Umuntu osleg njenge outty edonsa umabhebeza ngezinwele
Huuhhh unembeza akasekho ingqondo igcwele uqhuku
Uthando luphelile kusele inhliziyo egcwele ngamagcubu
Unembeza akasekho ingqondo igcwele uqhuku bathi amathuna walomhlaba ayosala Namagugu

