mabonakood ngiyafisa şarkı sözleri

Tv Mabonakood Kudala leliphupho ngiliphupha Kunina ngiwa ngivuka? kudala ngiphusha Bebhizi bengicindezela ngaze ngazela nasemoyeni ngaphuka Nasemculweni ngaphuma It round two manje sengiphinde ngabuya Buka mina sengiwe ngavuka Thula buka masango ngiwavula Aw nkosi thuma mina ngiyathumeka Ngiyathembisa angisoze ngathumeka phela umdali uvumile nami unqabile Esami iskhath sifikile Isiphiwo sami usivulile Ngizolokhu ngiculile Kuzogcina kulungile Ngeke angishiye Ngizogcina ngidumile Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nini? Eyami impilo izolunga nini? Aw kodwa Mdali kanti yini? Ezami izitha zizojabha nin? Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nin? Eyami impilo izolunga nin? Nami ngiphile inice life,Waya way ubig dladla,nami ngiphathe ivruu phah,nami ngibone ngiphethe umuhlaba? Mdali yini inhloso yakho? Impela iyini ngalelikhono lami? Kanti yini inhloso yakho ngibona seliphenduka isono sami? Ngoba kusukela izolo Bengibhula amazolo Bephuza ugologo mina ngiguqe ngedolo Bebhizi nomjolo Benza imihlolo Mdali ngibonga ikhono lami leli ongipha lona Ngibonga nempilo yam osangihlelele yona Yinde lendlela osangibekele yona Ngicela uyihambe nami ngize ngifike khona phela umdali uvumile nami unqabile Esami iskhath sifikile Isiphiwo sami usivulile Ngizolokhu ngiculile Kuzogcina kulungile Ngeke angishiye Ngizogcina ngidumile Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nini? Eyami impilo izolunga nini? Aw kodwa Mdali kanti yini? Ezami izitha zizojabha nin? Ngiyafisa ukwazi kuzolunga nin? Eyami impilo izolunga nin? Nami ngiphile inice life,Waya way ubig dladla,nami ngiphathe ivruu phah,nami ngibone ngiphethe umuhlaba?
Sanatçı: Mabonakood
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:03
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Mabonakood hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı