naima kay gogo şarkı sözleri

Ngakhula kanzima Ngingenamuntu Ngakhula kanzima Ngifundiswa ngugogo Engenamali, ebhek'uThixo Wathi ngiy'esikoleni Ngiyofunda, ngimamele, ngibekezele Kusasa ngizoba wutho Manje ngiyabonga Manje ngiyabonga Ngibong'uJehova Manje ngiyabonga Manje ngiyabonga Ngibong'uJehova Ngokungiph'impilo Ngibong'uJehova Ngokungiph'umzal'onjenga lo Ngibong'uJehova Ngokungiph'umnden'onjenga lo Ngibong'uJehova Ngiyabonga, ngiyabonga Ngesikhathi ngisakhula ngangimamela Ngimamel'utata, ngimel'umama Ngimamel'ugogo Angizisolanga ngokwenza njalo Manje ngiyabonga Manje ngiyabonga Ngibong'uJehova (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga Ngibong'uJehova Ngokungiph'umzali onjenga lo (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga Ngibong'uJehova Ngokungiph'impilo Ngibong'uJehova Ngokungiph'umzal'onjenga lo Ngibong'uJehova Ngokungiph'umnden'onjenga lo Ngibong'uJehova Ngiyabonga, ngiyabonga Bengingaba yini ngaphandle kwenu Bengingaba yini ngaphandle kwenu Bengingaba yini ngaphandle kwenu Ngiyabonga, ngiyabonga Ngibong'uJehova (Manje ngiyabonga) (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga (Ngibong'uJehova) Ngokungiph'umzali onjenga lo (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga (Manje ngiyabonga) Ngiyabonga Ngibong'uJehova Manje ngiyabonga Manje ngiyabonga Ngibong'uJehova Manje ngiyabonga Manje ngiyabonga Ngibong'uJehova Ngibong'uJehova Ngiyabonga
Sanatçı: Naima Kay
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 5:05
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Naima Kay hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı