naima kay izinganezethu şarkı sözleri

Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo Uzizw'unjani na Uma kukhalwa ngenxa yakho Awuyek'ukubulal'isizwe sethu Nawe wazalwa umama Bajabula bonk'ekhaya Kwenzenjani na mase kunjena Bakunika lonk'uthando Waze waba mdala Kwenzenjani na mase kunjena Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo Uzizw'unjani na Uma kukhalwa ngenxa yakho Awuyek'ukubulal'isizwe sethu Awunamahloni? Uyenza kanjan'int'enjena Ubulwan'obungaka, ubuhlung'obungaka Ungazizwa kanjani na Uma bekuthiwa ingane yakho Ungazizwa kanjani na Uma bekuthiwa udadewenu Ngiyakuncenga, sukumhlukumeza Umbon'enje akakakhuli Yekela lonto, yekela lonto Uyenza kanjan'int'enjena (Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu) Oh awuyeke Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo Uzizw'unjani na (Uma kukhalwa ngenxa yakho) Oh no no no (Awuyek'ukubulal'isizwe sethu) Yekela, yekela Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo Uzizwa kanjani na (Uzizw'unjani na) (Uma kukhalwa ngenxa yakho) Eyi, uph'unembeza Awuyek'ukubulal'isizwe sethu Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu (Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo) Hayi sekwanele (Uzizw'unjani na) Hayi bo (Uma kukhalwa ngenxa yakho) Siyakukhuza wena Awuyek'ukubulal'isizwe sethu Sekwanele
Sanatçı: Naima Kay
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 5:09
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Naima Kay hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı