qanduqandu za umlobokazi şarkı sözleri
Mina ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Wo ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Wo ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Mina ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Wo ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Ekhaya bayivumile
Ogogo bayivumile
Nasekhaya bayivumile
Bathi uyena umakoti wabo
Ekhaya bayivumile
Ogogo bayivumile
Nasekhaya bayivumile
Bathi uyena umakoti wabo
Abaphansi bayivumile
Ogogo bayivumile
Nabomkhulu bayivumile
Bathi uyena lomlobokazi
Baphansi bayivumile
Ogogo bayivumile
Nabomkhulu bayivumile
Bathi uyena lomlobokazi
Mina ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Wo ngiyayithanda lengane
Mangibona iyangibalekela
Ngamukele sthandwa
Ngamukeleee
Ngaphandle kwakho
Anginaye umfazi
Ngamukele sthandwa
Ngamukeleee
Ngaphandle kwakho
Anginaye umfazi
Ngamukele sthandwa
Ngamukeleee
Ngaphandle kwakho
Anginaye umfazi
Sondela lapha kimi
Ungivulele inhliziyo
Ngikwenzele okuhle
Sondela lapha kimi
Ungivulele inhliziyo yakho
Ngikwenzele okuhle
Ngikhombise ikhaya lakho
Ngithumele omalume
Ngikwenze ukulunga
Dali ngikhombise ikhaya lakho
Ngithumele abakhongi
Ngikwenze ukulunga
Ungu Michael Schumacher wentombi
Uyangibona udla phansi
Ungu Usain Bolt yini
Ubalekela uthando olushaaa
Ungu Michael Schumacher wentombi
Uyangibona udla phansi
Ungu Usain Bolt yini
Ubalekela uthando olushaaa
Angifune muntu
Ake ningiyekeleni
Ngitelebhele
Angifune thando mina
Ake ningiyekeleni
Ngitelebhele
Angifune muntu
Ake ningiyekeleni
Ngitelebhele
Angifune thando mina
Ake ningiyekeleni
Ngitelebhele
Angifune thando
Ake ningiyekeleni
Ngitelebhele
Ayi we
Ake ningiyekeleni
Ngitelebhele