queen sazz wajika umuntu şarkı sözleri

Yeah yeah yeah yeah yeaaaahh Ungabomthemb' umuntu, ngoba uyajikajika Ungaphila laye lamhlanje Kodwa kusasa uvuke ungasindaba yalutho Ngob' egcwalis' izidingo zakhe Angakubiza amagama, akwethes'amacala Umuntu athetha kabi ngawe Kodwa ungaz'icala! Ngoba ekhokhelwa yiwo umooonaaa Oooh jika muntu jikaaaa Jika njengonwabuuuu Jika muntu jika, jik' ubheke ngale Jika muntu jika Jika uphenduke ubonwe ngumhlaba Kodwa phela waz' ukuthi impilo liviri Ngoba kusasa kuyizolo, uzomdingaaa Umuntu uzolahl' ithemba kuwe Fund' ukwethembeka, fund' ukuhlonipha Jika muntu jikaaaa Jika njengonwabuuuu Jika muntu jikaaaa, jik' ubheke ngale Jika muntu jika Jik' uphenduke ubonwe ngumhlaba
Sanatçı: Queen Sazz
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 3:36
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Queen Sazz hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı