sabelo mthembu thatha şarkı sözleri

Lal' esifubeni sam' Lalel' inhliziyo yam' Inyenyez' igama lakho Ithi ngena kuvuliwe Ngiphosa amehlo am' Ngenkathi sihlangana Ngingalaz' ikusasa Kodwa ngikade ngil'lindele Thatha Indawo yakh' enhlizweni yam' Thatha lendawo ngeyakho Ilungele wena Ngibonga ngokungithanda Ngibonga ngokungithoba Wathumb' inhliziyo yam' Wangenz' indod' emadodeni Oh mina ngizimisele Ukwenyuk' intaba nawe Sakh' umkhumbi njengo Noah Sikhusel' imfuyo yethu Thatha Indawo yakh' enhlizweni yam' Thatha lendawo ngeyakho Ilungele wena Thatha Thatha ngiyakunika Mus' ukungabaza Mmmm Oh thatha Thatha ngiyakunika Thatha ngiyakunika oh Thatha ngiyakunika wena oh Mus' ukungabaza Thatha ngiyakunika Thatha ngiyakunika oh Thatha ngiyakunika wena oh Mus' ukungabaza Thatha ngiyakunika Mus' ukungabaza Oh thatha ngiyakunik' Mus' ukungabaza
Sanatçı: Sabelo Mthembu
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:14
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
Sabelo Mthembu hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı