s'fiso ncwane akasoze angidele şarkı sözleri

Akasoz’angidela nanini Noma ngabe ngikuphi na UJehova unamandla okunqoba Ngingakhohlwa kanjani na ooh yeah (Akasoze angidela nanini) Noma ngikuphi (Noma ngabe ngikuphi na) UJehovah (UJehova unamandla okunqoba) Ngeke ngimkhohlwe ooh (Ngingamkhohlwa kanjani na) Akasoze (Akasoze angidela nanini) Noma ngabe ngisezikingeni (Noma ngabe ngikuphi na) UJehovah (UJehova unamandla okunqoba) Ngeke ngimkhohlwe nanini empilweni yami (Ngingakhohlwa kanjani na) Ebumnandini nasezinhlungwini Akaze angiyekele Ingakho nami ngithembele Kuye Inhliziyo yami, uthando lwami ngilinikela Kuye (Nginethemba kuye lokunqoba) Ohh (Ngakho konke enginakho) Umusa Wakhe (Umusa Wakhe) Umusa Wakhe (Ukimi kungunaphakade) Konke Kuye kuyenzeka (Konke Kuye kuyenzeka) Ngiyamethemba (Ngimethemba) Ngiyazi ngeke angiyekele (Ukuthi ngeke angiyekele) Ebuhleni nasebubini uhlala nami (Ngakho konke enginakho) Ngiyazethemba Ngaye akajiki yeyi (Umusa Wakhe ungihola njalo) Unobubele kimi, kimi (Konke kuye kuyenzeka) Oh akasoze (Akasoze wangijikela nanini) Noma ngabe ngikuphi (Noma ngabe) Noma ngijabulile ngiyamthanda uJesu (Ngikuphi na) UJehovah, uJehovah (UJehova unamandla okunqoba) Unginqobela noma kukuphi lapho kunzima (Ngingamkhohlwa kanjani na) Ngeke ngimkhohlwe Akasiye umuntu ongaqamba amanga uJesu (Akasoze angijikela mina) Akajiki ufana nezolo Konk'okwakhe kuneqiniso (Noma ngabe ngikuphi na) Oooh (UJehova unamandla okunqoba) Ithemba lakho uma likuye! (Ngingakhohlwa kanjani na)
Sanatçı: S'fiso Ncwane
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:43
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
S'fiso Ncwane hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı