s'fiso ncwane kulungile baba şarkı sözleri

Baba kulungile Ma kuyintando yakho Okwenzek' empilweni zethu Kulungile ke Baba (kulungile Baba) kulungile ke Baba eKulungile Somandla (kulungile Baba) Kulungile ke eKulungile makuyintando yakho (Kulungile ke Baba) kulunge konke Somandla eKulungile ke Baba (kulungile Baba) Makuyintando yakho Baba Ekulungile ke Baba (Kulungile baba) konke okwenzekaya makuyintando yakho Somandla Ye kulungile ke Somandla, kulungile ke (kulungile Baba) ah ah Makuyintando yakho ke Somandla Konke okwenzekaya empilweni zethu kulungile ke Noma kukubi noma kukuhle kulungile Kodwa makuyintando yakho makuvume wena Baba noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba Noma imvungumvungu zifika Kulungile ke Kulungile ke Somandla Kulungile makuvhume wena Kulungile oh (Kulungile Baba) kulungile ke Baba Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu empilweni zethu (Kulungile Baba) kodwa kulungile Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu ah (Kulungile Baba) ah kulungile ke Baba Baba noma kubuhlungu baba kodwa kulungile Kulungile (kulungile Baba) ah ahh Lalela ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke (kulungile Baba) Makuyintando ykhe kulungile ke Nom'omakhelwana behlekisa ngawe (kulungile baba) kodwa makuyintando yakhe (Kulungile Baba) kulungile Noma sebehleka ngawe behleba ngawe kulungile ke (Kulungile Baba) ah Ngithi noma umshado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi (kulungile Baba) Makuyintando yakhe yena Kulungile Baba (kulungile Baba) ah kulungile Noma umsebenzi usukuphelele Kodwa makuyintando yakho (kulungile Baba) Kulungile ah Ngiyazi ulala ungadlile ekhaya kodwa kulungile ke (kulungile Baba) Makuyintando yakho Baba kulungile Noma inkinga zikulandela Kodwa makuyintando yaKhe (kulungile Baba) Mus' ukukhala mus'ukhala usatane uzojabula Eh kulungile Baba (Kulungile Baba) Kulungile Baba Ey kulungile ke Somandla (kulungile Baba) Makuyintando yakho Baba Baba makuvume wena Ngempilo zethu kulungile ke (kulungile Baba) Kulungile Baba Kulungile kulungile Baba ah Mus'kukhala, mus'kukhala sul'inyembezi ah
Sanatçı: S'fiso Ncwane
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 4:45
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
S'fiso Ncwane hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı