s'fiso ncwane thanks giving şarkı sözleri

Ngicela uk'bonga uNkulunkulu ngalelithuba aphindanginikeza lona Ukuthi ngirecorde leCD elisha Kuyintokozo futhi kuyisibusiso kumina Ukuthi ngimidumise imihla yam' yonke yokuphila And engifuna ukukusho ukuthi nawe lapho ekhaya Ungaphumelela kunoma yini ofisa ukuthi ube iyona impelweni Ekudingeka ukuthi ukwenze kuphela ukuthi umthembe uNkulunkulu ukhuleke Umthembe ukuthi angayishitsha impilo yakho UNkulunkulu uyazenza izinto Abantu abangakhoni ukuzenza Lapho sebenzi kuphelile ngempilo yakho Aqale yena enze okusha And uNkulunkuli asekuqalile uyakwazi futhi ukuthi akuqede Engikucelayo kuwena ukuthi uthandaze ukholwe uNkulunkulu Ukholwe futhi ukuthi uzoyishitsha impilo yakho Njengoba ekwenzile nakumina nakuwe futhi engakwenza Uyakuthanda uNkulunkulu Uyakuthanda And nawe futhi muthande And umthembe (Kholwa )kholwa kuJesu Kholwa kuJesu (Kholwa kuye)kholwa kuye Kholwa (ungalilahli ithemba) Kholwa kuJesu (ungal'lahli) (ungakhali futhi thula) Kholwa kuye ( thula, kholwa kuJesu k'phela) Beki' themba konke kuye (ungalilahli ithembe ngiyacela bekezela qinisela ) Bekezele qinisela noma kunzima Kodwa qinisela ungalilahli ithemba Igama lami ngiwu Sfiso wakwa Ncwane
Sanatçı: S'fiso Ncwane
Türü: Belirtilmemiş
Ajans/Yapımcı: Belirtilmemiş
Şarkı Süresi: 2:07
Toplam: kayıtlı şarkı sözü
S'fiso Ncwane hakkında bilgi girilmemiş.

Fotoğrafı