s'fiso ncwane wabethelwa şarkı sözleri
Oh wa wabethelwa uJesu (Wabethelwa)
Wa wabethelwa uJesu (Esiphambanweni)
Engena (Engenalo icala)
Oh wa wabethelwa uJesu (Wabethelwa)
Wa wabethelwa uJesu (Esiphambanweni)
Engena (Engenalo icala)
UJesu (Wazithwala)
Wazithwala izono ( Isiphambano)
Engena (Engenalo icala)
Wasithwala uJesu (Wasithwala)
Wasithwala( Isiphambano)
Engena (Engenalo icala)
Kumele simbonge uJesu
Wasenzela umusa ongaka
Walenga esiphambanweni engena cala
Efela izono zethu
Kumele simbonge uJehova
Walenga esiphambanweni
Efel'izono zam nawe
Ukuze silunge
Oh wa wabethelwa uJesu (Wabethelwa)
Wa wabethelwa uJesu (Esiphambanweni)
Engena (Engenalo icala)
Oh wa wabethelwa uJesu (Wasithwala)
Wa wabethelwa uJesu (Isiphambano)
Engena (Engenalo icala)
Wa (Wabethelwa)
Wa wabethelwa (Esiphambanweni)
Engena (Engenalo icala)
Wazithwala (Wabethelwa)
Wazithwala izono (Esiphambano)
Engena (Engenalo icala)
Ah baba siyabonga Jehova

