t-pro nix mabuya şarkı sözleri
Nix mabuya baby
Hambile hambile
You said you moving forward
Manje chuthile phambili
Nix mabuya baby
Hambile hambile
Keep on moving forward
Phambili phambili
Ngakutshela ungahambi uzongikhumbula
Wathi uzokhumbulani la kimi, washo kwalula
Wathi impilo yami ayiyi phambili
Manje sekubuhlungu bekufaka amasondo phambili
Zolo lokhu uthe ikusasa alikho kimi
Namhlanje ulana, usuthi asikhohlwe okusho izolo
Wathi kimi usayofuna amadlelo aluhlaza
Wakhohlwa ukuthi inhliziyo ayiphakelwa
Told you not to leave me, oh but you chose to
Now you wanna come back
Oh no, ayisebenzi kanjalo
Nix mabuya baby
Hambile hambile
You said you moving forward
Manje chuthile phambili
Nix mabuya baby
Hambile hambile
Keep on moving forward
Phambili phambili
Nngazama ukukubonisa ukuthi uzozisola
Wangphula inhliziyo, wangshiya ngisokola
Washiya mina umuntu obethi uzokulobola
Kanti uzothola i-player, lakuphendula ibhola
Lalela la, akusiwo umdlalo lo
Nhliziyo le, idinga ukuthola uthando
Ngakunika uthando, wangalamukela
Kwakumnandi uhleka, manje uyalukhalela
Told you not to leave me, oh but you chose to
Now you wanna come back
Oh no, ayisebenzi kanjalo
Nix mabuya baby
Hambile hambile
You said you moving forward
Manje chuthile phambili
Nix mabuya baby
Hambile hambile
Keep on moving forward
Phambili phambili